LYRICS: Sjava Isoka ft. Q Twins & Mzukulu.
[Chorus: Sjava]
Kahleni bafana
Kahleni ukungidlela umona
Intombi iqoma laythanda khona
Ngithi kahleni bafana
Kahleni ukungnyundela
Intombi iqoma la ithanda khona
[Post-Chorus: Sjava]
Bangaktshela loku ngami
Bakutshele loku ngami
Alikh isoka elingenasici, banomona love
Bangaktshela loku ngami
Baphinde bakutshele loku ngami
Hayi alikh isoka elingenasici, banomona ngawe love
[Verse 1: Q Twins]
Vele bashilo ukuthi wena awungthandi
Ungthandel intozami, vele yimi intozakho
Yilokho abajwaziyo
Ukukhuluma ngezami
Kodwa ezabo angiyingeni, futhi angiyifaki
Ungowami, wena ungowami, wena ungowami woh
Ungowami, wena ungowami, wena ungowami woh
Ungowami, wena ungowami, wena ungowami woh
Ungowami, wena ungowami, wena ungowami woh
[Chorus: Sjava]
Kahleni bafana
Kahleni ukungidlela umona
Intombi iqoma laythanda khona
Ngithi kahleni bafana
Kahleni ukungnyundela
Intombi iqoma la ithanda khona
[Post-Chorus: Sjava]
Bangaktshela loku ngami
Bakutshele loku ngami
Alikh isoka elingenasici, banomona love
Bangaktshela loku ngami
Baphinde bakutshele loku ngami
Hayi alikh isoka elingenasici, banomona ngawe love
[Verse 2: Mzukulu]
Nihambe kabi bafana nasindwa zinyawo
Vele bayokhuluma abantu kodwa amandla abanawo
Ukube iyathunyelwa inhliziyo bengzoyithumela
Namhlanje ilale ngakuwe (Namhlanje ilale ngakuwe)
Jikelele, jikelele
Jikelele, jikelele
Ngithanda wena wedwa
Jikelele, jikelele
Jikelele, jikelele
Ngithanda wena wedwa
[Chorus: Sjava]
Kahleni bafana
Kahleni ukungidlela umona
Intombi iqoma laythanda khona
Ngithi kahleni bafana
Kahleni ukungnyundela
Intombi iqoma la ithanda khona
[Post-Chorus: Sjava]
Bangaktshela loku ngami
Bakutshele loku ngami
Alikh isoka elingenasici, banomona love
Bangaktshela loku ngami
Baphinde bakutshele loku ngami
Hayi alikh isoka elingenasici, banomona ngawe love
Downloadz Song Mp3