ZAMUSIC
Sample Header Ad Slot

LYRICS: Nomfundo Moh Kahle

2022-08-17By ZAMUSIC
LYRICS: Nomfundo Moh  Kahle

Nomfundo Moh Kahle.

[Intro] (Yeah you know it) [Verse 1] Thabath inhliziyo yami, yami Udlize ngothando lwethu emazweni Engathi ungahlal useduze kwami Ngoba njalo uhlezi usemcabangweni Uma bethi Likhiph umkhovu etsheni basuke belinganisa ngothando lwethu (Oh) Lushisa bhe, wen owabon ilanga ehlobo (Oh) Wena unguy engimdingayo Impel unguy inhliziyo emkhethayo Laph uthando lwakho lungholela khona, mina ngizoklandela Ngoba unguy engimdingayo Impel unguy inhliziyo emkhethayo [Chorus] Ngiyaqal ukuthol uthando olunjena Ngiyaqal ukuthol uthando olunjena Ungiphethe kahle, ungiphethe kahle umuntu wam Ungiphethe kahle, ntofontofo u-lovey [Verse 2] Baby, asamb? siyoshawa umoya lapha ngasolwandle Honey, belunjani usuku lakho k? namhlanje? Yizo lezi izinto encane eyjabulis umoya (Moya) Bengingaz ukuthi uyangthanda Bengithi udlala ngami (Bengithi udlala ngami) Haw sekyacaca awunaso isikhathi sokudlala (Dlala) Awfune lutho ngami (Awfune lutho ngami) Thando lwakho (Oh thando) Lona lubanzi lujulile (Lona lubanzi) Lona lubanzi lujulile (Lujulile) [Chorus] Ngiyaqal ukuthol uthando olunjena (Olunje) Ngiyaqal ukuthol uthando olunjena (Olunje) Ungiphethe kahle (Phethe kahle), ungiphethe kahle umuntu wam Ungiphethe kahle (Ungiphethe kahle), ntofontofo u-lovey (Yeah) Ngiyaqal ukuthol uthando olunjena (Uthando olunjena) Ngiyaqal ukuthol uthando olunjena (Uthando olunje) Ungiphethe kahle (Olunje), ungiphethe kahle umuntu wam (Uthando) Ungiphethe kahle (Oh woah-woah), ntofontofo u-lovey (Woah) Downloadz Song Mp3